Blaq Diamond - Memeza ft Sjava (Audio)

A master collaboration between Ambitiouz Entertainment Afro-pop artists, Blaq Diamond and Sjava. This song is titled Memeza and it is all about people pulling the disappearing act when you need them. LYRICS: [Intro] Uh Wewuh Hhalala yeh hhe eh mmm Uh we, uh we, uh we, uh we, uh Wewu Uh we, uh weh, (uh Wewu) Uh we, uh we, uh we, uh we, uh Wewu Uh Wewu hhaaayi uh Wewu [Chorus: Sjava x BlaqDiamond] Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi I’m always there when they need me, they need me ngyasabela Kodwa makumemeza bona hhayi I’m always there when they need me, they need me ngyasabela [Verse 1: BlaqDiamond] Webafethu kanti yini eyanenza ningasabeli Eyanenza ningasabeli mangkhala nami Bengithi izandla ziyagezana eh Ziyagezana Bengithi izandla ziyagezana eh Zyagezana Woh kanti ng’namanga ng’namanga ng’namanga ng’namanga ng’yazikhohlisa Woh kanti ng’namanga ng’namanga ng’namanga ng’namanga ng’yazikhohlisa mina
[Verse 2: BlaqDiamond] Ngamane ng’themb’ itshe K’nokuthi ng’thembe umuntu Eh Ngoba umuntu uzok’jikela es’wini njengo tshwala Ngamane ng’themb’ itshe K’nokuthi ng’thembe umuntu Eh Ngoba umuntu uzok’jikela es’wini njengo tshwala Aw Ngoba izolo lokhu bafika kimi Bebedinga usizo, ngabanika Kodwa mang’badinga ababonwa Aw Ngoba izolo lokhu bafika kimi Bebedinga usizo, ngabanika Kodwa mang’badinga ababonwa (Bashabalele) [Chorus: Sjava x BlaqDiamond] Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi I’m always there when they need me, they need me ngyasabela Kodwa makumemeza bona hhayi I’m always there when they need me, they need me ngyasabela [Verse 3: Sjava] Makuwuwe ng’khala nawe Makuyimi ng’khala ngedwa Makuwuwe ng’khala nawe ‘Makuyimi ng’khala ngedwa Seng’qanjwe negama elisha UmaBizwa Asabele hlala nami Nkosi Seng’qanjwe negama elisha weh UmaBizwa Asabele Ngithi angi’lfuni Namhlanje k’nje nje nje Ingenxa yok’lunga kwami i care too much Namhlanje k’nje nje njena nje Ingenxa yo’klunga kwami I care too much [chorus: Sjava x BlaqDiamond] Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo Seng’ze ngasha nezwi ngimemeza ngimemeza kodwa akekho osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi I’m always there when they need me, they need me ngyasabela Kodwa makumemeza bona hhayi I’m always there when they need me, they need me ngyasabela [outro] Uh we ,uh we ,uh we ,uh we ,uh Wewuh Uh we , uh weh , (kodwa akekho oSabelayo) Uh we ,uh we ,uh we ,uh we ,uh Wewu Uh Wewu hhaaayi (bashabalele) Sabela ,Sabela ,Sabela Sabela hhaaaa

Comments